Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:16 - IsiZulu 2020

16 ULabani wayenamadodakazi amabili, igama lenkosazana kwakunguLeya, elikathunjana kunguRaheli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ULabani wayenamadodakazi amabili; igama lenkulu lalinguLeya, igama lencane lalinguRaheli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 ULabani wayenamadodakazi amabili, igama lenkulu lalinguLeya, igama lencinyane lalinguRaheli.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:16
10 Referans Kwoze  

Bonke abantu ababelapho esangweni, namalunga, basho ngazwi linye bathi: “Singofakazi. Sengathi uSimakade angamenza lona wesifazane ozohlala endlini yakho abe njengoRaheli noLeya, bobabili abayakha indlu ka-Israyeli. Sengathi ungaba nempumelelo e-Efratha ube nodumo eBhethlehema.


Kulapho u-Abhrahama noSara umkakhe bangcwatshwa khona, kulapho futhi no-Isaka nomkakhe uRibheka bengcwatshwe khona, nami ngamngcwaba lapho uLeya.


Yilawo-ke amagama amadodana uLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu, noDina indodakazi yakhe. Esewonke amadodana namadodakazi kaJakobe ayengama-33.


Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


UJakobe wathumela wabiza uRaheli noLeya ukuba beze kuye endle lapho ayelusele khona umhlambi.


ULeya wakhulelwa futhi, wamzalela uJakobe indodana yesithupha.


ULeya wayenamehlo ayebuthakathaka kanti uRaheli wayemuhle ngesimo ebukeka kahle.


Wabeka izancinza nabantwana bazo phambili, kwalandela uLeya nabantwana bakhe, kwagcina uRaheli noJosefa.


ULabani wathi kuJakobe: “Uzongisebenzela mahhala yini ngoba uyisihlobo sami na? Ngitshele ukuthi izoba yini inkokhelo yakho na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite