Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:10 - IsiZulu 2020

10 Kuthe lapho uJakobe embona uRaheli, indodakazi kaLabani, umzala wakhe, nezimvu zikaLabani umalume wakhe, uJakobe wasondela, wagingqa itshe elisusa emlonyeni womthombo, waphuzisa izimvu zikaLabani umalume wakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kwathi uJakobe ebona uRaheli indodakazi kaLabani uninalume nezimvu zikaLabani uninalume, uJakobe wasondela, wasusa itshe emlonyeni womthombo, waziphuzisa izimvu zikaLabani uninalume.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kwathi uJakobe ebona uRaheli indodakazi kaLabani, umfowabo kanina, nezimvu zikaLabani umfowabo kanina, uJakobe wasondela, wagingqa itshe walisusa emlonyeni womthombo, wazivumela izimvu zikaLabani, umfowabo kanina. Nika amanzi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:10
4 Referans Kwoze  

Abelusi bafika bawaxosha, kodwa uMose wasukuma wawasiza, wawuphuzisa umhlambi wawo.


Esakhuluma nabo uJakobe, kwafika uRaheli nezimvu zikayise, ngokuba nguyena owayezelusa.


UJakobe wamanga uRaheli, wayesedazuluka ekhala kakhulu ngenxa yokujabula.


Kwakukhona umphristi kwaMidiyani owayenamadodakazi ayisikhombisa; eza ezokukha amanzi, ukuba agcwalise imikhombe ukuze imfuyo kayise iphuze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite