Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 28:11 - IsiZulu 2020

11 Kwathi angafika endaweni ethile selishonile ilanga, wahlala lapho lobo busuku. Wathatha elinye lamatshe akuleyo ndawo waqamela kulo, walala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wafika endaweni ethile, wahlala khona ubusuku bonke, ngokuba ilanga lase lishonile; wathatha elinye lamatshe aleyondawo, walibeka phansi kwekhanda lakhe, walala kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wafika endaweni ethile, wahlala khona ubusuku bonke, ngokuba ilanga lase lishonile; wathatha amatshe kuleyondawo, wawabeka phansi emicamelweni yakhe, walala kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 28:11
6 Referans Kwoze  

Njengokuba izinhlupheko zikaKhristu ziziningi kithi, kanjalo nokududuzeka kwethu kuyaphuphuma ngoKhristu.


UJesu wayesethi kuso: “Izimpungushe zinemigodi, nezinyoni zezulu zinezidleke, kodwa iNdodana yomuntu kayinandawo lapho ingacamelisa khona ikhanda.”


UJakobe wavuka ekuseni, wathatha lelo litshe abeqamele kulo, walimisa laba yinsika, wathela amafutha esihlokweni salo.


Wayesethi ezihlotsheni zakhe: “Qoqelani ndawonye amatshe;” bawaqoqa aba yinqwatshana base bedla lapho eduze kwaleyo nqwatshana yamatshe.


Kuthe seliyozilahla kunina u-Abhrama wazunywa ngubuthongo obukhulu. Esesebuthongweni wehlelwa ngubumnyama obesabekayo.


Wayiqamba leyo ndawo ngokuthi yiBhethele, kodwa ekuqaleni igama lalowo muzi lalaziwa ngokuthi yiLuzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite