Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:8 - IsiZulu 2020

8 Mntanami, lalela amazwi ami, wenze engikuyala ngakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngalokho, ndodana yami, lalela izwi lami kulokhu engikuyala ngakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Manje-ke, ndodana yami, lalela izwi lami njengalokho engikuyala ngakho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:8
8 Referans Kwoze  

Bantwana, hloniphani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile.


Unina wathi kuye: “Isiqalekiso esibhekiswe kuwe masehlele kimi mntanami. Wena lalela engikushoyo, ungilandele amazinyane lawo.”


Kodwa uPhethro nabaphostoli baphendula bathi: “Simelwe ukulalela uNkulunkulu kunabantu.


Kepha uPhethro noJohane babaphendula, bathi kubo: “Nqumani nina ukuba kulungile yini ebusweni bukaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu,


Manje-ke ndodana yami ngilalele, baleka njengamanje uye kumfowethu uLabani eHarana,


USimakade wathi kuye: “Esibelethweni sakho kukhona izizwe ezimbili; izinhlobo ezimbili zabantu ozozizala. Ziyakwehlukana ezibilini zakho; esinye isizwe siyakwehlula esinye, omkhulu akhonze omncane.”


‘Ngilethele inyamazane, ungiphekele isilovela esehla esiphundu, ngidle, bese ngiyakubusisa phambi kukaSimakade ngingakafi.’


Hamba uye emhlanjini, ufike ungithathele amazinyane amabili ekhethelo, ukuze ngiphekele uyihlo isilovela esehla esiphundu, njengoba esithanda,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite