Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:23 - IsiZulu 2020

23 Wahluleka ukwehlukanisa ukuthi lona nguJakobe, ngoba izandla zakhe zaziphuphuzela uboya njengezika-Esawu umnewabo, ngakho-ke wambusisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Akamazanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; wayeseyakumbusisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Akamehlukanisanga, ngokuba izandla zakhe zazinoboya njengezandla zomnewabo u-Esawu; ngalokho wambusisa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:23
6 Referans Kwoze  

Ngokukholwa, u-Isaka wabusisa uJakobe no-Esawu ngezinto ezizayo.


Wamfaka izikhumba zamazinyane ezandleni, nasentanyeni yakhe eyayibushelelezi.


UJakobe wasondela kuyise, wamthinta, wayesethi: “Izwi ngelikaJakobe, kodwa izandla ngezika-Esawu.”


Wathi: “Ngabe uyiyo ngempela indodana yami u-Esawu na?” Wathi: “Nginguye.”


UJakobe wathi kunina uRibheka: “Bheka, umnewethu u-Esawu uphuphuzela uboya, kanti mina nginesikhumba esibushelelezi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite