Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 27:15 - IsiZulu 2020

15 URibheka wathatha izingubo zakwanokusho zika-Esawu indodana yakhe endala, ayezibeke endlini yakhe, wazigqokisa uJakobe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 URebeka wayesethatha izingubo ezinhle zika-Esawu indodana yakhe enkulu ezazikuye endlini, wamembathisa zona uJakobe indodana yakhe encane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 URebeka wayesethatha izingubo ezinhle ku-Esawu indodana yakhe enkulu, owayenaye endlini, wamembathisa uJakobe indodana yakhe encane.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 27:15
5 Referans Kwoze  

Kuthe lapho esondela kuye emanga, u-Isaka wahogela iphunga ezingutsheni zakhe, wayesembusisa. Wathi: “Iphunga lendodana yami lifana nephunga lensimu ebusiswe nguSimakade.


“Zixwayeni izazimthetho, ezifuna ukuhamba zigqoke izingubo ezinde; zithanda ukubingelelwa ezindaweni zokuhwebelana, nokuhlala ezihlalweni eziqavile emasinagogeni, nasemadilini.


“Kepha uyise wathi ezincekwini zakhe: ‘Sheshani nilethe ingubo yakwanokusho, niyembathise, niyifake indandatho esandleni sayo nezicathulo ezinyaweni,


Wahamba wawalanda amazinyane, wawaletha kunina, unina wawapheka wenzela uyise isilovela esehla esiphundu, ayesikhonzile.


Wamfaka izikhumba zamazinyane ezandleni, nasentanyeni yakhe eyayibushelelezi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite