Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 26:35 - IsiZulu 2020

35 Labo malokazana baletha olukhulu usizi emphefumulweni ka-Isaka noRibheka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Baba lusizi enhliziyweni ka-Isaka noRebeka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Okwaba lusizi ku-Isaka noRebeka.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 26:35
5 Referans Kwoze  

URibheka wayesethi ku-Isaka: “Ngikhathazekile ngempilo yami ngenxa yabesifazane bamaHithi. Uma uJakobe naye engase aganwe ngenye yezintombi zamaHithi akule ndawo, ngiyothi ngisaphilelani na?”


Kuthe lapho sekumkhanyela u-Esawu ukuthi abesifazane baseKhanani abamgculisi uyise u-Isaka,


amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, aziqokela abafazi phakathi kwawo.


Ngizakukufungisa phambi kukaSimakade uNkulunkulu wezulu nomhlaba, ukuthi ngeke uyithathele indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani, esihlala phakathi kwawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite