Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 26:33 - IsiZulu 2020

33 Kusukela lapho lowo mthombo wabizwa ngokuthi iShiba. Yikho nje igama lomuzi oseduze nawo ubizwa ngokuthi yiBheri Sheba kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Wayesewubiza ngokuthi iSheba; ngalokho igama lomuzi lithi iBeri Sheba kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Wayibiza ngokuthi iSeba; ngalokho igama lomuzi liyiBeri Sheba kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 26:33
6 Referans Kwoze  

Leyo ndawo yabizwa ngokuthi yiBheri Sheba, ngokuba bobabili bafunga lapho.


Bathi: “Kuyasikhanyela ukuthi uSimakade unawe. Yikho sithi: ‘Masenze isifungo phakathi kwethu nawe, kube khona isivumelwano phakathi kwethu,’


U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.


Ngalolo lusuku kwafika izinceku zika-Isaka, zambikela ngomthombo ezaziwumbile, zathi: “Sithole amanzi.”


eHazari Shuwali, eBheri Sheba nasemizaneni yalo,


Kodwa ningalifuni iBhethele, ningayi eGiligali, ningadluleli eBheri Sheba, ngokuba impela iGiligali liyakuthunjwa, iBhethele liphenduke ize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite