Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:7 - IsiZulu 2020

7 Isiyonke iminyaka eyaphilwa ngu-Abhrahama yayiyi-175.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Lezi ziyizinsuku zeminyaka yokuhamba kuka-Abrahama azihambayo: iminyaka eyikhulu namashumi ayisikhombisa nanhlanu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lezi ziyizinsuku zeminyaka yokuhamba kuka-Abrahama azihambayo, iminyaka eyikhulu namashumi ayisithupha nanhlanu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:7
6 Referans Kwoze  

U-Abhrama wayeneminyaka engama-75 ngesikhathi eqala uhambo lwakhe njengalokhu uSimakade ayemtshelile; wahamba noLothi, balifulathela iHarana.


UJakobe waphendula wathi: “Izinsuku zokugogobala kwami emhlabeni seziyiminyaka eyi-130, zimfishane, kanti bezigcwele ubunzima. Kaziqhathaniseki nokho neminyaka eyaphilwa ngokhokho bami ngesikhathi eside sokugogobala kwabo.”


Iminyaka yokuphila ka-Isaka yaba yi-180 isiyonke.


U-Isaka wafa, wangcwatshwa noyisemkhulu, esekhulile impela, amadodana akhe o-Esawu noJakobe bamngcwaba.


UJakobe wahlala eGibhithe iminyaka eyi-17. Izinsuku zikaJakobe neminyaka yokuphila kwakhe emhlabeni kwaba yi-147.


UJosefa wafa eseqede iminyaka eyi-110, abantu bamgqumisa ngemithi, wayesefakwa ebhokisini lomngcwabo eGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite