Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:4 - IsiZulu 2020

4 Amadodana kaMidiyani: kwakungu-Efa, u-Eferi, uHanokhi, u-Abhida, no-Elda. Bonke laba babeyizizukulwane zikaKethura.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Amadodana kaMidiyani ayengo-Efa, no-Eferi, noHanoki, no-Abida, no-Elidaha. Bonke labo babengamadodana kaKetura.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Amadodana kaMidiyani ngu no-Efa, no-Eferi, noHanoki, no-Abida, no-Elidawa. Bonke babengabantwana bakaKetura.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:4
5 Referans Kwoze  

Ubuningi bamakameli buyakukusibekela, amakameli asemancane akwaMidiyani nase-Efa; bonke abaseShebha bayakuza, bethwele igolide nempepho, bememezele izindumiso zikaSimakade.


UJokishani wayenguyise kaShebha noDedani. Amadodana kaDedani kwakungama-Ashuri, amaLethushi, namaLewumi.


U-Abhrahama walabela u-Isaka lonke ifa lakhe,


Amadodana kaMidiyani: u-Efa, u-Eferi, uHanokhi, u-Abhida, u-Elidaha. Bonke laba babengamadodana kaKhethura.


Basuka kwaMidiyani, baya ePharanu; bathatha amadoda ePharanu baya nawo eGibhithe kuFaro, inkosi yakhona. UFaro wamnika indlu, nesabelo sokudla nezwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite