Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 25:17 - IsiZulu 2020

17 Isiyonke iminyaka yokuphila kuka-Ishmayeli yayiyi-137. Wafa, wangcwatshwa koyisemkhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Le iyiminyaka yokuhamba kuka-Ishmayeli: iminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa; wagqibuka wafa, wabuthelwa kubantu bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Futhi yile minyaka yokuphila kuka-Ishmayeli, iminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa; wabuthelwa kubantu bakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 25:17
4 Referans Kwoze  

Nokho wena uyokufa ngokuthula, amathambo akho ayobekwa nawawoyihlomkhulu, ungcwatshwe usumdala.


Wayeneminyaka engama-86 u-Abhrama ngesikhathi uHagari emzalela u-Ishmayeli.


Lapho uJakobe eseqedile ukukhuluma namadodana akhe, wagoqa izinyawo wazikhweza embhedeni, waphuma umphefumulo, wangcwatshwa nabakubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite