Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:63 - IsiZulu 2020

63 Sekuhwalala u-Isaka waphuma wazulazula ensimini yakhe ezindla. Kuthe lapho ephakamisa amehlo, wabona amakameli eza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

63 U-Isaka waphuma ntambama ukuyozindla endle; waphakamisa amehlo akhe, wabona; bheka, kweza amakamela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

63 U-Isaka waphuma sekuhlwile ukuyozindla ensimini; waphakamisa amehlo akhe, wabona, amakamela ayesiza.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:63
12 Referans Kwoze  

Ngizozindla ngeziyalezo zakho, ngizihloniphe izindlela zakho.


Kwangathi izizindlo zami zingamthokozisa, ngokuba ukuthokoza kwami kukuSimakade.


kodwa othokoza ngoMthetho kaSimakade, azindle ngawo imini nobusuku.


Le ncwadi yomthetho ayiyukusuka emlonyeni wakho; uyakuzindla ngayo imini nobusuku, ukuze uqikelele ukwenza njengakho konke okulotshwe kuyo. Ngokwenzenjalo uyokwenza indlela yakho ichume, ube nenqubekelaphambili.


Ngiyakuzindla ngenkazimulo nodumo lobukhosi bakho nangezimangaliso zakho.


Ngiyakuyihlonipha imiyalo yakho, engiyithandayo, futhi ngizozindla ngezimiso zakho.


Ngiqondise indlela yeziyalezo zakho ukuba ngikhulume ngezimangaliso zakho.


Kwathi lapho u-Abhrahama ephakamisa amehlo, wabona amadoda amathathu emi buqamama naye. Uthe angawabona, wasuka emnyango wethende lakhe, wathathela ngejubane ewahlangabeza, wafike wakhothama wathi mbo ngobuso.


URibheka waphakamisa amehlo, kwathi lapho embona u-Isaka, wehla ngokushesha ekamelini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite