Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:55 - IsiZulu 2020

55 Umnewabo nonina bathi: “Ake uyivumele intombazane ihlale nathi okwesikhashana, okungenani izinsuku eziyishumi, bese niyahamba.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

55 Umnewabo nonina bathi: “Ake ihlale kithina intombazana izinsukwana, mhlawumbe eziyishumi, andukuba ihambe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

55 Base bethi umnewabo nonina: “Vumela intombazane ihlale nathi izinsuku okungenani eziyishumi; emva kwalokho uzohamba.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:55
5 Referans Kwoze  

Emveni kwesikhathi wabuyela khona ukuze aganwe nguye. Waphambuka ukuyobheka isidumbu sengonyama. Bheka, kwakunequlu lezinyosi noju esidunjini sengonyama.


“ ‘Uma umuntu ethengisa ngendlu yokuhlala emzini onogange, angayihlenga uma unyaka ungakapheli ithengisiwe, ngokuba unyaka wonke uyakuba nalo ilungelo lokuyihlenga.


Kwathi ngokuhamba kwezinsuku uKhayini waletha kuSimakade umnikelo wezithelo zomhlabathi.


Umukhwe wakhe, uyise wentombi, wambambezela, ngakho-ke wahlala izinsuku ezintathu; bedla, bephuza, behlala lapho.


Yathi kubo: “Ningangibambezeli, njengoba uSimakade eluphumelelisile uhambo lwami, ngivumeleni ngihambe ngiphindele enkosini yami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite