Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:4 - IsiZulu 2020

4 Kepha uyokuya kwelakithi ezihlotsheni zami, ufike uyithathele khona umfazi indodana yami u-Isaka.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 kepha uye ezweni lakithi nasezihlotsheni zami, uyithathele khona indodana yami u-Isaka umfazi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:4
12 Referans Kwoze  

Hamba uye ePhadani Aramu endlini kaBhethuweli, uyihlomkhulu, ufike khona uzithathele umfazi emadodakazini kaLabani umalume wakho.


USimakade wazibonakalisa ku-Abhrama, wathi: “Leli lizwe ngiyolinika isizukulwane sakho.” U-Abhrama wayesakha lapho i-althare likaSimakade owayezibonakalise kuye.


Esemzele uThera, uNahori waphila iminyaka eyi-119, wabuye wazala amadodana namadodakazi.


Uma kambe bebecabanga ngalelo ababephuma kulo, bebeyakuba nethuba lokubuyela kulo.


USimakade wathi ku-Abhrama: “Phuma ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nakwabendlu kayihlo, uye ezweni engizokukhombisa lona.


Inceku yathi kuye: “Mhlawumbe lowo wesifazane angathandi ukubuya nami eze lapha kuleli lizwe. Uma kunjalo-ke, indodana yakho ngiyithathe yini ngiyiyise ezweni owavela kulo na?”


U-Isaka wabiza uJakobe wambusisa wayesemyala, wathi kuye: “Ungalokothi uganwe ngenye yezintombi zamaKhanani.


Abazali bakhe bathi kuye: “Akukho ntombi yini phakathi kwezihlobo zakho noma phakathi kwabantu bakithi bonke, ukuba usungahamba uyothatha umfazi kumaFilisti angasokile, na?” Kodwa uSamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yena, ngoba ngiyamthanda.”


kodwa yana kwelakithi ezihlotsheni zami, uyithathele khona umfazi, indodana yami.’


UJehoyada wamthathela abafazi ababili; wazala amadodana namadodakazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite