Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:20 - IsiZulu 2020

20 Wathulula imbiza masinyane, wagijima ephindelela ethutha amanzi emthonjeni ewathela emkhombeni, aze adela wonke amakameli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Yashesha yathululela imbiza yayo emqengqeni, yabuye yaphuthuma emthonjeni ukuyokukha, yakhelela onke amakamela ayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Washesha wathululela imbiza yakhe emkhombeni, wagijima wabuyela emthonjeni ukuyokha, wakhethela onke amakamela akhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:20
3 Referans Kwoze  

Eseyiphuzisile, wathi: “Namakameli akho nawo ngizowaphuzisa aze adele.”


Indoda yayimile, ithule, imgqolozele, ifuna ukuqiniseka ukuthi ngabe uSimakade ulwenze uhambo lwayo lwaba yimpumelelo yini na?


Wambusisa uJosefa, wathi: “UNkulunkulu abahambe phambi kwakhe okhokho bami o-Abhrahama no-Isaka, uNkulunkulu obe ngumelusi wami yonke impilo yami kuze kube namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite