Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 24:17 - IsiZulu 2020

17 Inceku yagijima yamhlangabeza, yathi kuye: “Ngicela ungiphuzise ithamo lamanzi embizeni yakho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Inceku yayisigijima ukuyihlangabeza, yathi: “Ake ungiphuzise ingcosana yamanzi embizeni yakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Inceku yayisigijima ukuyihlangabeza, yathi: “Ake ngiphuze ingcosana yamanzi embizeni yakho.”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 24:17
10 Referans Kwoze  

Kwafika owesifazane waseSamariya ezokukha amanzi. UJesu wathi kuye: “Ake ungiphuzise.”


We zakhamuzi zakwaThema, lethelani abomileyo amanzi, bahlangabezeni ngokudla abafokazi.


Wasuka waya eZarefathi; wafika esangweni lomuzi, bheka, nango owesifazane ongumfelokazi etheza izinkuni zokubasa. Wambiza wathi kuye: “Ake ungilethele amanzana esitsheni, ngiphuze.”


Owesifazane waseSamariya waphendula, wathi: “Kungenzeka kanjani ukuba Wena ungumJuda, ucele kimi engingowesifazane waseSamariya ukuba ngikuphuzise na?” Phela abaJuda abadlelani namaSamariya.


Abayukulamba, abayukoma, abayukushaywa yisifudumezi selanga, ngokuba Yena onozwelo kubo uyakubahola abayise emithonjeni yamanzi.


Kuzo zonke izintaba eziphakeme nasemagqumeni amade, kuyoqhuma imifula nemifudlana, ngosuku okuyoba khona ngalo ukubulalana okukhulu, lapho kubhidlika imibhoshongo.


Ngingakaqedi ukuthandaza ngizindla enhliziyweni yami, kwathi memfu uRibheka etshethe imbiza, wehlela emthonjeni, wakha amanzi. Ngathi kuye: ‘Ngicela ungiphuzise.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite