Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 23:15 - IsiZulu 2020

15 “Mnumzane, ngilalele, lesi siqinti somhlaba singabiza amashekeli esiliva angama-400, bekuyini khona lokho phakathi kwami nawe na? Ngcwaba umkakho kuso.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Nkosi yami, ngilalele: izwe elilingene namashekeli* angamakhulu amane esiliva liyini phakathi kwami nawe na? Mmbele ofileyo wakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Nkosi yami, ngilalele: izwe lilingana namashekeli angamakhulu amane esiliva; yini phakathi kwami nawe? bese ungcwaba ofileyo wakho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 23:15
6 Referans Kwoze  

Ishekeli liyakuba ngamagera angama-20; amashekeli angama-20, angama-25, nali-15 ayakuba ngumina kinina.


Ocebileyo akayukunikela eqise, kanjalo nompofu akayukunikela kancane kunengxenye yeshekeli lapho niletha lo mnikelo kuSimakade ukuze nihlawulele ukuphila kwenu.


Yilokhu okuyakunikelwa yinoma yimuphi oyobhalisela ukubalwa: ingxenye yeshekeli ngokwesilinganiso seshekeli lendawo engcwele, ishekeli lingamagera angama-20, ingxenye yeshekeli iyokuba ngumnikelo kuSimakade.


U-Efroni wamphendula u-Abhrahama, wathi:


Wathenga isiqinti kuleyo nsimu ayegobe kuyo amadlangala, emadodaneni kaHamori, uyise kaShekhemu; sasibiza ikhulu lezinhlamvu zesiliva zenani eliphezulu.


“Impela ikhona imayini yesiliva, nendawo okucwengwa kuyo igolide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite