Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 21:5 - IsiZulu 2020

5 U-Abhrahama wayeseneminyaka eyikhulu ngesikhathi kuzalwa u-Isaka indodana yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 U-Abrahama wayeneminyaka eyikhulu, lapho ezalelwa u-Isaka indodana yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Abrahama wayeneminyaka eyikhulu mhla ezalelwa u-Isaka indodana yakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 21:5
8 Referans Kwoze  

U-Abhrahama wakhothama wathi mbo ngobuso wahleka, wakhuluma yedwa wathi: “Indoda ingayizala kanjani ingane isinekhulu leminyaka na? USara angabe esakwazi ukuzala ingane esehlanganise iminyaka engama-90, na?”


Akabanga buthakathaka ekukholweni nalapho esewubona umzimba wakhe obusufile, eneminyaka engaba yikhulu, nesibeletho sikaSara sesifile.


Kwathi u-Abhrama eseneminyaka engama-99, uSimakade wabonakala kuye wathi: “NginguNkulunkulu uSomandla. Hamba phambi kwami ungenasici.


Ngakho-ke esebekezele, wakuzuza akwethenjiswayo.


Wayeneminyaka engama-86 u-Abhrama ngesikhathi uHagari emzalela u-Ishmayeli.


U-Abhrahama wayesehlanganise iminyaka engama-99 mhla esokwa.


Emva kwakhe kwazalwa umfowabo owaphuma ebambelele esithendeni sika-Esawu, wamqamba igama wathi nguJakobe. U-Isaka wayeneminyaka engama-60 ngesikhathi kuzalwa laba bafana.


Uqalekisiwe nomuntu owabika kubaba, ethi: “Uzalelwe umntwana wesilisa,” wamthokozisa kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite