Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 21:31 - IsiZulu 2020

31 Leyo ndawo yabizwa ngokuthi yiBheri Sheba, ngokuba bobabili bafunga lapho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba,* ngokuba bafunga khona bobabili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 21:31
14 Referans Kwoze  

Kusukela lapho lowo mthombo wabizwa ngokuthi iShiba. Yikho nje igama lomuzi oseduze nawo ubizwa ngokuthi yiBheri Sheba kuze kube namuhla.


U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.


OJuda no-Israyeli bahlala belondekile, kwaba yilowo nalowo phansi komvini wakhe nomkhiwane wakhe, kusukela kwaDani kuze kube seBheri Sheba, zonke izinsuku zikaSolomoni.


“Nasi iseluleko sami sokuthi u-Israyeli wonke makaqoqelwe kuwe kusukela kwaDani kuze kufike eBheri Sheba, ube mningi ngangesihlabathi sasolwandle ngobuningi, bese umhola wena uye naye empini.


Abantu bakwa-Israyeli baphuma kusukela kwaDani kuya eBheri Sheba, nakwaGileyadi, babuthana eMizpha kwaba ngathi ngumuntu munye, phambi kukaSimakade.


iHazari Shuwali, iBheri Sheba, iBhiziyothiya,


Wasuka lapho wakhuphukela eBheri Sheba.


Base benza isivumelwano eBheri Sheba; u-Abhimeleki wasukuma noPhikholi umkhuzi wamabutho akhe baphindela ezweni lamaFilisti.


Bavuka entathakusa ngakusasa bafungisana. U-Isaka wabaphelekezela behlukana ngokuthula.


U-Israyeli waphuma eKhanani nakho konke ayenakho, kwathi lapho efika eBheri Sheba, wenzela uNkulunkulu kayise u-Isaka umhlatshelo.


Esekuzwile lokho u-Eliya, wasuka wahamba ukuze asindise impilo yakhe, waya eBheri Sheba kwaJuda, wayishiya khona inceku yakhe.


Kodwa ningalifuni iBhethele, ningayi eGiligali, ningadluleli eBheri Sheba, ngokuba impela iGiligali liyakuthunjwa, iBhethele liphenduke ize.


baze bayofika enqabeni eseThire, nakuyo yonke imizi yamaHivi namaKhanani. Baphuma lapho balibangisa ngaseningizimu yakwaJuda, eBheri Sheba.


eHazari Shuwali, eBheri Sheba nasemizaneni yalo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite