Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 21:25 - IsiZulu 2020

25 U-Abhrahama wayesekhononda ku-Abhimeleki ngomthombo wamanzi ayewephucwe yizinceku zakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha u-Abrahama wamsola u-Abimeleki ngomthombo wamanzi ebeziwuqhwagile izinceku zika-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 U-Abrahama wamsola u-Abimeleki ngomthombo izinceku zika-Abimeleki ezawuthatha ngenkani.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 21:25
11 Referans Kwoze  

“Kepha uma umfowenu ekona, hamba umsole ninodwa. Uma ekulalele, uyobe umzuzile.


Ukusola okusobala kungcono kunothando olufihliweyo.


Khuluma udaba lwakho nomakhelwane wakho, ungayidaluli imfihlo yomunye,


Ukusolwa kungena kujule kulowo onokuqonda, kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Wathi kuye: “Ngicela ungiphe isipho, njengoba ungibeke ezweni eningizimu, ngiphe futhi nemithombo yamanzi.” UKhalebhu wamnika imithombo esenhla nesezansi.


Bathi: “Asikwazi ukwenza lokho, ize imihlambi iphelele yonke, kugingqwe itshe emlonyeni womthombo, bese siyaziphuzisa izimvu.”


Abelusi bemfuyo ka-Abhrama nabekaLothi base beqale ukuxabana. Ngaleso sikhathi amaKhanani namaPherizi ayehlala kulelo lizwe.


U-Abhrahama wathi: “Ngiyafunga.”


U-Abhimeleki wathi: “Angazi ukuthi ngubani owenze leyo nto. Ngiyayeshwama nje namuhla, futhi nawe awukaze ungilume indlebe ngayo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite