Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 21:20 - IsiZulu 2020

20 UNkulunkulu waba naye umfana, wakhula, wahlala ehlane ePharanu, waba yingcweti ngomcibisholo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UNkulunkulu wayenaye umfana; wakhula, wahlala ehlane, waba ngophethe umnsalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UNkulunkulu wayenaye umfana; wakhula, wahlala ehlane, waba umcibisheli.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 21:20
13 Referans Kwoze  

Yazi ukuthi nginawe; ngizokuvikela noma kuphi lapho uya khona, futhi ngiyokubuyisela kuleli lizwe, ngokuba anginakukushiya ngize ngikwenzele lokho engikwethembise khona.”


USimakade wayenaye uJosefa, wamenzela umusa, waba nogazi kumphathijele.


Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.”


Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.


Ingelosi kaSimakade yabonakala kuye, yathi: “USimakade unawe, qhawe elinamandla.”


Bakhula abafana, u-Esawu waba yiphisi, ekhonze ukuhlala endle; uJakobe wayengumuntu othule engumnqolo, ehlala emathendeni.


Mayelana no-Ishmayeli ngisizwile isicelo sakho, naye ngizombusisa ngimuphe inzalo eningi, nezizukulwane eziningi. Uyakuba nguyise wamakhosi ayi-12, ngimenze abe yisizwe esikhulu.


Wayeyiphisi elinamandla phambi kukaSimakade. Yingakho kunesisho esithi: “Kuhle kukaNimrodi iphisi elinamandla phambi kukaSimakade.”


Ngakho-ke thatha umcibisholo nomnsalo wakho uye endle, ungizingelele inyamazane,


Wakhula umntwana, waba namandla, wagcwala ukuhlakanipha; umusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite