Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 19:8 - IsiZulu 2020

8 Lalelani lapha, nginamadodakazi amabili aseyizintombi; ngivumeleni ngininikeze wona nizibonele. Inqobo nje uma ningezukuwathinta lawa madoda angenise kwami ngokuba kuyisibopho sami ukuwavikela.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bhekani, nginamadodakazi amabili angayazi ndoda; ake nginiphumisele wona, nenze kuwo njengokufanele emehlweni enu; kepha kulawa madoda ningenzi lutho, ngokuba angene emthunzini wophahla lwami.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bhekani, nginamadodakazi amabili engingaziwa muntu; ngiyakubakhiphela bona, ngenze kubo njengokuhle emehlweni enu; nje ungenzi lutho kulawa madoda; ngoba zeza ngaphansi komthunzi wophahla lwami.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 19:8
12 Referans Kwoze  

Bhekani, nansi indodakazi yami, eyintombi, nesancinza sale ndoda, ngizakukhipha bona, nenze kubo noma yini eniyibona ilungile emehlweni enu, kodwa kule ndoda, aniyukubenza lobu buwula obuyihlazo.”


Kungani kungashiwo njengokuba abanye bekhuluma kabi ngathi, bethi: masenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukwehlulelwa kwabo kubafanele.


Wayengazi ukuthi uthini, ngokuba babesaba kakhulu.


Akusikho yini ukwabelana nabalambileyo isinkwa sakho, ukungenisa abampofu nemihambima ekhaya lakho, lapho ubona ohambaze umembathise, nokungazifihli ezihlotsheni zakho na?


“Isihlahla sejikijolo saphendula sathi: ‘Uma ningibeka ngibe yinkosi yenu, wozani nizokhosela phansi komthunzi wami, uma kungenjalo, makuvele umlilo ejikijolweni, uqothule imisedari eLebhanoni.’


U-Aroni wathi: “Ungangithukutheleli nkosi yami. Uyabazi abantu ukuthi bathanda ukwenza okubi.


URubeni wathi kuyise: “Uma ngingambuyiseli kuwe, bulala amadodana ami omabili, kodwa manje mnikele esandleni sami, ngizombuyisela kuwe.”


Lokhu senize naphambukela emzini wenceku yenu, manginitholele isinkwa nimise insika, niphumule, bese niqhubeka nohambo lwenu.” Amphendula athi: “Kulungile.”


Wathi: “Bakwethu! Musani ukwenza into embi kangaka.


Ikhehla, umninindlu laphumela kubo, lathi: “Qha, bafowethu, ningabenzi lobu bubi obungaka. Njengoba le ndoda ingenise endlini yami, ningabenzi lobu buwula obuyihlazo.


“Osola isedeleli uzibangela ukwethukwa, nothethisa isikhohlakali uziholela ukulimala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite