Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 19:30 - IsiZulu 2020

30 ULothi wasuka eZowari wakhuphukela entabeni, wahlala khona namadodakazi akhe amabili, ngokuba babesaba ukuhlala eZowari, ngakho-ke wahlala emgedeni namadodakazi akhe amabili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 ULoti wakhuphuka eSowari, waya wahlala entabeni kanye namadodakazi akhe omabili, ngokuba wesaba ukuhlala eSowari; wahlala emhumeni namadodakazi akhe amabili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 ULoti wasuka eZowari, wahlala entabeni, namadodakazi akhe womabili kanye naye; ngoba wesaba ukuhlala eZowari, waya wahlala emhumeni, yena lamadodakazi akhe womabili.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 19:30
10 Referans Kwoze  

ningenzele uzwelo nangiphatha ngomusa nangiphephisa. Kodwa angikwazi ukubalekela ezintabeni, funa ngehlelwe yinhlekelele, ngibhubhe.


ngokuba ungumuntu ongqondo imbaxambili, engazinzile ezindleleni zakhe zonke.


“EHeshibhoni, e-Elehale naseJahazi kukhalwa kalusizi; bayezwakalisa izwi labo, kusukela eZowari kuya eHoronayimi, kuya e-Egilathi Shelishiya; ngokuba namanzi aseNimrimi aseshile.


Inhliziyo yami ikhalela abakwaMowabi; ababalekileyo bakhona babalekela eZowari nase-Egila shelishiya; bakhuphukela eLuhithe bekhala, nasendleleni eya eHoronayimi bayadazuluka.


Wamtshengisa iNegevu nethafa lesigodi iJerikho umuzi wamasundu kuze kufike eZowari.


Ubikizela njengamanzi omfula, kodwa ngeke usaba yingqongqo, ngoba wakhwela embhedeni kayihlo, wawungcolisa; wakhwela embhedeni wami.


Anele abakhipha nje, enye yamadoda yathi kuye: “Yithi galo yephuka uphephise impilo yakho. Ungajeqezi emuva futhi ungami ngisho ethafeni. Phikelela ezintabeni, ngokuba ungase uficwe ngamathonsi abanzi.”


Kepha u-Abhrama waphendula wathi: “Ngifungile kuSimakade uNkulunkulu oPhezukonke, uMdali wezulu nomhlaba,


ULothi wabheka, walibona lonke ithafa eliseJordani kuze kube seZowari ukuthi lalivunde njengensimu kaSimakade, nanjengeGibhithe. Lokho kwenzeka uSimakade engakalibhubhisi iSodoma neGomora.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite