Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 19:20 - IsiZulu 2020

20 Nankuya umuzi omncane oseduze, futhi mncane, ngingabalekela kuwo, ngiphephe.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Bheka-ke, lowo muzi useduze ukuba ngibalekele kuwo, futhi mncane; ake ngibalekele khona angithi mncane ukuba umphefumulo wami uphile.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Bheka-ke, lo muzi useduze ukuba ngibalekele kuwo, futhi mncane;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 19:20
9 Referans Kwoze  

Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; izehlulelo zakho mazingisize.


Lingabethwa yini icilongo emzini qede abantu bangathuthumeli na? Umuzi ungehlelwa yini yinhlekelele uma engayenzanga uSimakade na?


Bekani izindlebe, nizwe, nize kimi, uyophila umphefumulo wenu; ngiyokwenza nani isivumelwano esiphakade, izenzo zomusa oqinisekileyo zikaDavide.


ULothi wasuka eZowari wakhuphukela entabeni, wahlala khona namadodakazi akhe amabili, ngokuba babesaba ukuhlala eZowari, ngakho-ke wahlala emgedeni namadodakazi akhe amabili.


Ubowatshela ukuthi ungudadewethu, khona ezongiphatha kahle ukuze ngisinde ngenxa yakho.”


ningenzele uzwelo nangiphatha ngomusa nangiphephisa. Kodwa angikwazi ukubalekela ezintabeni, funa ngehlelwe yinhlekelele, ngibhubhe.


Yathi: “Kulungile, ngiyakuzwela kulokho, angisezukuwubhubhisa lo muzi owushoyo.


Kepha uJeremiya, wathi: “Abayukukunikela. Ake ulilalele izwi likaSimakade engilikhuluma kuwe, ukuze kube kuhle kuwe, usindise umphefumulo wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite