Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 17:27 - IsiZulu 2020

27 nabo bonke abendlu yakhe, labo ababezalelwe kwakhe, nezigqila ezazithengwe kwabezizwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Onke amadoda emzini wakhe ayezelwe endlini nayethengwe ngemali kowezizwe asokwa kanye naye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wonke amadoda endlu yakhe azalelwe endlini futhi athengwe ngemali kowezizwe asokwa kanye naye.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 17:27
4 Referans Kwoze  

futhi ngimqokile ukuba afundise abantwana bakhe nabendlu yakhe, ukuba bagcine umyalo kaSimakade ngokwenza ukulunga nobulungiswa, ukuze uSimakade akufeze lokho amethembise khona.”


Kuthe angezwa u-Abhrama ukuthi isihlobo sakhe sithunjiwe, wayesekhipha amadoda angama-318 ayeqeqeshelwe impi, ezalelwe emzini wakhe, wahamba nawo; bayixosha eyesitha baze bayofika kwaDani.


Ngalelo langa kwasokwa u-Abhrahama no-Ishmayeli indodana yakhe,


Yilesi isivumelwano sami nawe nezizukulwane zakho, okufanele nisigcine: wonke umuntu wesilisa phakathi kwenu kufanele asokwe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite