Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 17:20 - IsiZulu 2020

20 Mayelana no-Ishmayeli ngisizwile isicelo sakho, naye ngizombusisa ngimuphe inzalo eningi, nezizukulwane eziningi. Uyakuba nguyise wamakhosi ayi-12, ngimenze abe yisizwe esikhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngo-Ishmayeli lo ngikuzwile; bheka, ngiyakumbusisa, ngimuphe inzalo, ngimandise kakhulu impela, azale izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngokuqondene no-Ishmayeli ngikuzwile: Bheka, ngimbusisile futhi ngizomenza azale futhi ngimandise kakhulukazi; uyakuzala izikhulu eziyishumi nambili, ngimenze isizwe esikhulu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 17:20
7 Referans Kwoze  

Phakama umthathe umfana, umbambe ngesandla umqinise, ngokuba ngizomenza abe yisizwe esikhulu.”


Kepha nozalo lwendodana yesigqila ngiyolwenza lube yisizwe esikhulu, ngoba nalo luyinzalo yakho.”


Sengathi uNkulunkulu uSomandla angakubusisa, akwandise kakhulu, ukuze kuvele kuwe izizwe eziningi.


Wababusisa, banda kakhulu, akaze ayinciphisa imfuyo yabo.


Ngizokwenza ube yisizwe esikhulu, ngikubusise, ngikunike udumo, wena ube yisibusiso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite