Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 16:16 - IsiZulu 2020

16 Wayeneminyaka engama-86 u-Abhrama ngesikhathi uHagari emzalela u-Ishmayeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 U-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesithupha mhla uHagari emzalela u-Abrama u-Ishmayeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 U-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesithupha mhla uHagari emzalela u-Abrama u-Ishmayeli.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 16:16
7 Referans Kwoze  

U-Abhrama wayeneminyaka engama-75 ngesikhathi eqala uhambo lwakhe njengalokhu uSimakade ayemtshelile; wahamba noLothi, balifulathela iHarana.


Kuthe lapho u-Abhrama esehlale iminyaka elishumi eKhanani, uSarayi umkakhe wathatha incekukazi yakhe uHagari, umGibhithe, wayinika umyeni wakhe ukuba ibe ngumkakhe.


UHagari wamzalela u-Abhrama indodana. U-Abhrama wayiqamba indodana yakhe ngokuthi ngu-Ishmayeli.


U-Ishmayeli wayeseqede iminyaka eyi-13 mhla esokwa.


Isiyonke iminyaka yokuphila kuka-Ishmayeli yayiyi-137. Wafa, wangcwatshwa koyisemkhulu.


Kwathi u-Abhrama eseneminyaka engama-99, uSimakade wabonakala kuye wathi: “NginguNkulunkulu uSomandla. Hamba phambi kwami ungenasici.


U-Abhrahama wayeseneminyaka eyikhulu ngesikhathi kuzalwa u-Isaka indodana yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite