Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 15:10 - IsiZulu 2020

10 U-Abhrama wakuletha kuSimakade konke lokho, wakwehlukanisa izingxenye ezimbili, wazihlela izinhlangothi zabhekana, kodwa izinyoni akazehlukanisanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wamthathela zonke lezo, wazinquma phakathi, wabeka kwaba yileyo naleyo nxenye ukuba ibhekane nenye; kepha izinyoni akazinqumanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wakuthatha konke, wakudabula phakathi, wabeka ucezu lwalo lwabhekene nolunye, kepha izinyoni akazidabulanga.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 15:10
6 Referans Kwoze  

Uyakulidabula phakathi kwamaphiko, kodwa angalehlukanisi. Umphristi uyakulishisa e-althare phezu kwezinkuni ezisemlilweni, libe ngumnikelo wokushiswa, umnikelo womlilo, ube yiphunga elimnandi kuSimakade.


Selishonile ilanga, sekumnyama, kwabonakala imbawula eshunqayo nesihlonti sikhephuka ilangabi kudabula phakathi kwezinhlangothi zenyama.


Khuthalela ukuba uziveze wethembekile kuNkulunkulu, isisebenzi esingenamahloni, esilifundisa siliqonde izwi leqiniso.


Wathi kuye: “Ngilethele isithole esineminyaka emithathu, imbuzikazi eneminyaka emithathu, inqama eneminyaka emithathu, ihobhe nephuphu lejuba.”


Kwase kwehlela amanqe enyameni, kodwa u-Abhrama wawaxosha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite