Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 14:9 - IsiZulu 2020

9 abhekana noKhedoloma inkosi yakwa-Elamu, noThidali inkosi yezizwe, no-Amirafeli inkosi yaseShinari, no-Ariyokhi inkosi yase-Elasa, kungamakhosi amane ebhekene namakhosi amahlanu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Balwa noKedorlawomere inkosi yase-Elamu, noTidali inkosi yezizwe, no-Amrafeli inkosi yaseShineyari, no-Ariyoki inkosi yase-Elasare; amakhosi amane alwa nayisihlanu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 kanye noKedorlawomere inkosi yase-Elamu, noTidali inkosi yezizwe, no-Amrafeli inkosi yaseShinari, no-Ariyoki inkosi yase-Elasari; amakhosi amane namahlanu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 14:9
5 Referans Kwoze  

Amadodana kaShemu kwakungu-Elamu, u-Ashuri, u-Arifaksadi, uLudi no-Aramu.


Ngalezo zinsuku kwasuka u-Amirafeli inkosi yaseShinari, no-Ariyokhi inkosi yase-Elasa, noKhedoloma inkosi yase-Elamu, noThidali inkosi yezizwe,


Amakhosi aseSodoma, eGomora, e-Adima, eZebhoyimu, naseBhela, elibuye laziwe ngokuthi yiZowari, ehlela esigodini iSidimu, aphaka impi yawo ngamahlandla,


Isigodi iSidimu sasigcwele imigodi yebhithumeni, okwathi lapho amakhosi aseSodoma naseGomora ebaleka, amanye amadoda aphonseka kuyo, amanye athi galo yephuka ephikelele ezintabeni.


Izwi elafika kuJeremiya, umphrofethi, mayelana ne-Elami ekuqaleni kokubusa kukaZedekiya, inkosi yakwaJuda, lathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite