Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 13:9 - IsiZulu 2020

9 Awuliboni yini leli lizwe eliphambi kwakho na? Masehlukane-ke. Uma uya enyakatho, mina ngizoya eningizimu. Uma uya eningizimu, mina ngizoya enyakatho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Izwe lonke alisobala ebusweni bakho na? Mawuhlukane nami; uma uya ngakwesokhohlo, ngiyakuya ngakwesokunene; uma uya ngakwesokunene, ngiyakuya ngakwesokhohlo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Izwe lonke aliphambi kwakho na? Hlukana nami; uma uthanda ukuthatha isandla sokhohlo, ngiyakuya ngakwesokunene; noma uphendukela ngakwesokunene, ngiyakuya ngakwesokhohlo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 13:9
11 Referans Kwoze  

Phokophelelani ukuthula nabo bonke kanye nokungcweliswa; ongenakho akasoze ayibone iNkosi.


Hlalani phakathi kwethu, nanti izwe phambi kwenu. Yakhani, nithengiselane, nibe nezindawo zenu.”


U-Abhimeleki wayesethi: “Nanti izwe phambi kwakho, ungakha nomaphi lapho uthanda khona.”


Empeleni kwakhona nje ukuthi niyamangalelana kukhombisa ukuthi niyizehluleki. Kungebe ngcono ngani ukuba kwenziwe okubi kini na? Kungebe ngcono ngani ukuba nani niqolwe na?


Uma kungenzeka, hlalani ngokuthula nabantu bonke.


Mina ngingowokuthula, kodwa uma ngikhuluma, bayalwa.


U-Abhrama wathi kuLothi: “Masingaxabani, ingabi bikho nengxabano phakathi kwabelusi bethu, ngoba thina siyazalana.


ULothi wabheka, walibona lonke ithafa eliseJordani kuze kube seZowari ukuthi lalivunde njengensimu kaSimakade, nanjengeGibhithe. Lokho kwenzeka uSimakade engakalibhubhisi iSodoma neGomora.


Bheka, manje ngiyakukhulula namuhla emaketangeni asezandleni zakho. Uma kukuhle kuwe ukuba uye nami eBhabhele, woza, ngiyakukunakekela, kodwa uma ungafuni ukuya nami eBhabhele, hlala. Uyabona, lonke izwe liphambi kwakho; yana lapho ufisa ukuya khona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite