Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 12:14 - IsiZulu 2020

14 Ekufikeni kuka-Abhrama eGibhithe, amaGibhithe ambona owesifazane ukuthi muhle ngokwedlulele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kwathi u-Abrama efika eGibithe, abaseGibithe babona owesifazane ukuthi muhle kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi u-Abrama efika eGibithe, abaseGibithe babona owesifazane ukuthi muhle kakhulu;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 12:14
7 Referans Kwoze  

Kepha Mina ngithi kini: yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.


Emveni kwesikhathi umkaPotifari wamkhanuka, wathi kuye: “Lala nami.”


amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, aziqokela abafazi phakathi kwawo.


Owesifazane ebona ukuthi umuthi muhle, ufanele ukudliwa, nokuthi uyaheha emehlweni, uyanxaneleka ekuhlakaniphiseni, wakha izithelo zawo wadla, wanika nomyeni wakhe owayenaye lapho, naye wadla.


Ubowatshela ukuthi ungudadewethu, khona ezongiphatha kahle ukuze ngisinde ngenxa yakho.”


Izikhulu zikaFaro nazo zambona zamncoma kuFaro, wayeselethwa esigodlweni sakhe.


ULeya wayenamehlo ayebuthakathaka kanti uRaheli wayemuhle ngesimo ebukeka kahle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite