Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 11:9 - IsiZulu 2020

9 Lowo muzi wabizwa ngokuthi yiBhabhele, ngokuba kulapho uSimakade aphambanisa khona ulimi lomhlaba wonke, wayesebahlakaza bagcwala umhlaba wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngalokho igama lawo lathiwa iBabele,* ngokuba uJehova wasanganisa khona ulimi lomhlaba wonke; wabahlakazela emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngalokho igama lawo lathiwa iBabele; ngoba lapho uJehova wasanganisa ulimi lomhlaba wonke, futhi kusukela lapho uJehova wabahlakazela emhlabeni wonke.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 11:9
10 Referans Kwoze  

Waqala ukubusa eBhabhele, e-Erekhi, e-Akhadi naseKhaline eShinari.


Yilawa amadodana kaHamu ngokwemindeni nangezilimi, emazweni nasezizweni zawo:


Kulaba kwadabuka izizwe ezisemazweni agudle ulwandle, zehlukana ngolimi, ngemindeni, nangezizwe.


Wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bomhlaba, wamisa izinkathi ezinqunyiweyo nemingcele yokuhlala kwazo,


Ngakho-ke uma ibandla lihlangene ndawonye, bonke bakhulume ngezilimi, bese kungena abangenalwazi noma abangakholwa, abazukusho yini ukuthi niyahlanya na?


U-Ebhere wazala amadodana amabili. Enye yawo kwakuthiwa nguPhelegi, ngoba ngesikhathi sakhe izwe ladatshulwa izifunda. Enye kwakuthiwa uJokithani.


Bahlakaze, Nkosi, uphithanise ulimi lwabo, ngokuba ngibone ubudlova nengxabano emzini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite