Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 10:32 - IsiZulu 2020

32 Yileyo-ke imindeni yamadodana kaNowa ngokozalo lwawo nangokwezizwe zawo. Kuwo kwavela izizwe ezasabalala nomhlaba wonke emveni kukazamcolo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Lezi ziyimindeni yamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalawo izizwe zahlakazeka emhlabeni emva kukazamcolo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa ngezizukulwane zawo ezizweni zawo; ngalokho izizwe zahlukaniswa emhlabeni emva kukazamcolo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 10:32
12 Referans Kwoze  

Kulawa madodana kaNowa amathathu kwavela kuwo abantu abasabalala nomhlaba wonke.


Wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bomhlaba, wamisa izinkathi ezinqunyiweyo nemingcele yokuhlala kwazo,


Nanku umlando wamadodana kaNowa: uShemu, uHamu, noJafethi; nawo azala awawo amadodana emva kukazamcolo.


U-Ebhere wazala amadodana amabili. Enye yawo kwakuthiwa nguPhelegi, ngoba ngesikhathi sakhe izwe ladatshulwa izifunda. Enye kwakuthiwa uJokithani.


Yilawa amadodana kaHamu ngokwemindeni nangezilimi, emazweni nasezizweni zawo:


Kepha nina zalanani nande, nigcwalise umhlaba, nande kuwo.”


UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba.


Yilawo-ke amadodana kaShemu ngokwemindeni nangezilimi zawo, ezifundeni zawo nangokwezizwe zawo.


Emhlabeni wonke abantu babekhuluma lulimi lunye.


Kulaba kwadabuka izizwe ezisemazweni agudle ulwandle, zehlukana ngolimi, ngemindeni, nangezizwe.


izwe elanikwa zona kuphela, akukho mfokazi owadabula phakathi kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite