Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 10:1 - IsiZulu 2020

1 Nanku umlando wamadodana kaNowa: uShemu, uHamu, noJafethi; nawo azala awawo amadodana emva kukazamcolo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa: ngoShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa amadodana emva kukazamcolo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa, oShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa wona emva kukazamcolo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 10:1
12 Referans Kwoze  

Kepha nina zalanani nande, nigcwalise umhlaba, nande kuwo.”


UNkulunkulu wambusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalanani nande, nigcwalise umhlaba.


Nanku umlando wokudalwa kwezulu nomhlaba, lapho uSimakade uNkulunkulu ekwenza.


Nantu uhla lozalo okwavela kulo uJesu Khristu, indodana kaDavide, indodana ka-Abhrahama.


Kulawa madodana kaNowa amathathu kwavela kuwo abantu abasabalala nomhlaba wonke.


Nanku umlando kaNowa nezizukulwane zakhe. UNowa wayengumuntu oqotho, engenasici esizukulwaneni sakhe, ehamba noNkulunkulu.


Nantu uhla lozalo luka-Adamu. Ngesikhathi uNkulunkulu edala umuntu wamenza wanjengaye.


Kwathi uNowa eseneminyaka engama-500, wazala uShemu, uHamu, noJafethi.


Isiyonke iminyaka eyaphilwa nguNowa yaba ngama-950, wayesefa.


Amadodana kaJafethi kwakunguGomeri, uMagogi, uMadayi, uJavani, uThubhali, uMeshekhe noThirasi.


U-Adamu, uSethi, u-Enoshe,


uNowa, uShemi, uHamu, noJafethi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite