Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 1:30 - IsiZulu 2020

30 Kepha zonke izilwane zasendle, nazo zonke izinyoni emkhathini, nakho konke okuhuquzelayo emhlabeni, nakho konke okunomphefumulo, ngikunike konke okuluhlaza okumilayo ukuba kukudle.” Kwaba njalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha zonke izilwane zomhlaba, nezinyoni zonke zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, eziphefumulayo, zona nginike yonke imifino eluhlaza ibe ngukudla,” kwaba njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kepha zonke izilwane zomhlaba, nezinyoni zonke zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni, okukhona kuzo ukuphila, ngazinika zonke izitshalo eziluhlaza zibe ngukudla. Kwenzeka kanje.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 1:30
11 Referans Kwoze  

Uhlumisela izinkomo utshani nemifino yokusiza umuntu, ukuze athole ukudla okuvela emhlabeni,


Unika izinkomo ukudla kwazo, namazinyane egwababa akhalayo.


Ngokuba izintaba ziveza ukudla, lapho izilwane zasendle zingqabashiya khona.


“Ake ubheke uBhehemothi engamenza kanye nawe, udla utshani njengenkabi.


Zonke izilwane eziphilayo, ziyokuba ngukudla kwenu, njengoba nganinika imifino, sengininika konke.


Amazinyane alo aphuza igazi; lapho kukhona okubulewe, nalo lukhona.”


Iyahamba ezintabeni eziyidlelo layo, ifuna lonke uhlaza.


Amazinyane azo ayaqina, akhulela endle, ahambe, angabe esaphindela kuzo.


Zithathele lonke uhlobo lokudla ukulondoloze, ukuze kube ngukudla kwenu nokwazo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite