Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:31 - IsiZulu 2020

31 Ifilakisi nebhali lashaywa lonakala, ngokuba ibhali lalikhahlele, nefilakisi seliqhakaza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kwashaywa ifilakisi* nebhali,* ngokuba ibhali lalikhahlele, nefilakisi laliqhakazile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Ifilakisi nebhali kwase kubhulwa, ngokuba ibhali lase liyisikhwebu, nefilakisi laliyithumba.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:31
6 Referans Kwoze  

URuthi wanamathela ezincekukazini ezazivunela uBhowazi, wakhothoza kwaze kwaba sekugcineni kokuvunwa kwebhali nokolo; wayesehlala noninazala.


UNawomi nomalokazana wakwakhe uRuthi babuyela kwelakubo besuka kwaMowabi. Bafika eBhethlehema ngesikhathi kuqala ukuvunwa kwebhali.


Noma umkhiwane ungeqhakaze, nemivini ingabi nazithelo, nomsebenzi womnqumo ungaphumeleli, amasimi angabi nasivuno, kungabi bikho mhlambi wezimvu nezimbuzi esibayeni nazinkomo esibayeni,


“Nganishaya ngokuhwamuka nesikhutha; izivande zenu ezininingi, izivini zenu, imikhiwane yenu neminqumo yenu kwadliwa yisikhonyane, kodwa anibuyelanga kimi,” kusho uSimakade.


Kodwa ukolo nesipelithi akonakalanga ngoba kwakungakaqhumi.


Wabanikela kwabaseGibheyoni, babaphanyeka entabeni phambi kukaSimakade; labo abayisikhombisa bafa kanyekanye. Babulawa ngesikhathi sokuvuna, ngezinsuku zokuqala, kusaqalwa ukuvunwa kwebhali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite