Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:20 - IsiZulu 2020

20 Lezo zinceku zikaFaro ezazilesaba izwi likaSimakade zaphuthuma zafaka izigqila zazo, nemfuyo yazo endaweni ephephileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Yena owalesaba izwi likaJehova phakathi kwezinceku zikaFaro wazenza izinceku zakhe nezinkomo zakhe ukuba zibalekele ezindlini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Owesabayo izwi leNkosi phakathi kwezinceku zikaFaro, izinceku zakhe nemfuyo yakhe mababalekela ezindlini.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:20
10 Referans Kwoze  

Owedelela izwi uzehlisela ukubhujiswa, kepha owesaba imiyalelo uyakuvuzwa.


Ohlakaniphileyo uyayibona ingozi, acashe, kodwa abangenalwazi bayaphikelela, bajeziswe.


Ngokukholwa, uNowa exwayisiwe ngezinto ebezingakabonwa, ehlonipha uNkulunkulu, wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe, ngokwenza kanjalo wawehlulela umhlaba, waba yindlalifa yokulunga okuvela ngokukholwa.


ngokuba uSimakade uyayimela indaba yabo, kuthi ababephucayo Yena abephuce ukuphila kwabo.


Kuhle kangakanani ukuzuza ukuhlakanipha kunegolide, nokuzuza ukuqonda kunesiliva lekhethelo!


Ngakusasa uSimakade wakwenza lokho; yonke imfuyo yabaseGibhithe yafa, kodwa akufanga nayinye emfuyweni yabantu bakwa-Israyeli.


Lezo ezingaligqizanga qakala izwi likaSimakade zazishiya izigqila nemfuyo yazo endle.


UFaro waphenduka wabuyela esigodlweni sakhe, akaze akunaka lokho enhliziyweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite