Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:2 - IsiZulu 2020

2 Ngokuba uma wenqaba ukubavumela ukuba bahambe, ulokhu ubabambile,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba uma wenqaba ukuba bahambe usababambile,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba uma wala ukubakhulula, ubathulise,

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:2
15 Referans Kwoze  

Uma ubenqabela ukuba bahambe, ngizolishaya lonke iGibhithe ngamasele.


Abantu bashiswa ngukushisa okukhulu, kodwa balihlambalaza igama likaNkulunkulu onamandla phezu kwalezi zinhlupheko, futhi abaphendukanga ukuba bamnike udumo.


Kepha kulabo okwathi ngenxa yokuzazi bona, abangalilalela iqiniso, kepha balalela ukungalungi, bayobhekana nolaka nentukuthelo.


Kodwa uma nenqaba, futhi nihlubuka, niyodliwa yinkemba,” ngokuba umlomo kaSimakade ukhulumile.


Kepha uNkulunkulu uzophohloza amakhanda ezitha zakhe, ukhakhayi lwalowo onesihluthu ohamba ezindleleni zokona kwakhe.


Uma wenqaba ukuvumela abantu bami ukuba bahambe, kusasa ngizothumela isikhonyane ezweni lakho.


ngathi kuwe: yivumele indodana yami ihambe ukuze ingikhonze, kepha wenqaba ukuyidedela ihambe, uyabona-ke, ngizoyibulala indodana yakho, izibulo lakho.” ’ ”


isandla sikaSimakade sizoyishaya ngesifo imfuyo esehlane: amahhashi, izimbongolo, amakameli, izinkomo, izimvu, nezimbuzi.


Emveni kwalokho, uMose no-Aroni baya kuFaro, bathi kuye: “Usho kanje uSimakade, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Dedela abantu bami bahambe, ukuze bayogubha umkhosi wami ehlane.’ ”


USimakade wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kakhulu uye kuFaro, uthi kuye: ‘Usho kanje uSimakade, uNkulunkulu wamaHebheru, uthi: “Vumela abantu bami bahambe bayongikhonza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite