Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 9:10 - IsiZulu 2020

10 Base bewuthatha umlotha eziko, bama phambi kukaFaro, uMose wawuphonsa phezulu emoyeni, wase udala amathumba kubantu nasezilwaneni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Base bethatha umlotha waseziko, bema phambi kukaFaro; uMose wawusakazela ngasezulwini, waphenduka amathumba aqhamuka nezilonda kubantu nasezinkomeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Base bethatha umlotha waseziko, bema phambi kukaFaro; uMose wayifafazela ezulwini; kwaba yithumba eliqubuka nezikhothwa kubantu nasezinkomeni.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 9:10
4 Referans Kwoze  

USimakade uyokushaya ngamathumba aseGibhithe, ngamaqhubu, ngomuna, nangotwayi, okungelapheki.


USimakade wathi kuMose no-Aroni: “Thathani umlotha eziko ugcwale izandla bese uMose ewuphonsa phezulu emoyeni phambi kukaFaro.


Uzakuphenduka uthuli phezu kwezwe lonke iGibhithe, udale amathumba kubantu nasezilwaneni kulo lonke iGibhithe.”


Osomlingo abakwazanga ukuma phambi kukaFaro ngenxa yamathumba, ngoba nabo babehlaselwe ngamathumba nabo bonke abaseGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite