Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 7:15 - IsiZulu 2020

15 Hamba uye kuFaro ekuseni, uyaphuma njengamanje uya emfuleni. Uyokuma umlinde ngasosebeni lomfula. Phatha ngesandla induku leyo eyaphenduka inyoka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Yana kuFaro kusasa ekuseni; bheka, uyaphuma ukuya emanzini; yima ogwini lomfula ukumhlangabeza; induku eyaphenduka inyoka woyiphatha ngesandla sakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Yana kuFaro ekuseni; bheka, uya ngasemanzini; kumelwe ume ngasosebeni lomfula ngokumelene nokuza kwayo; nodondolo olwaphenduka inyoka, kumelwe uluphathe ngesandla sakho.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 7:15
7 Referans Kwoze  

USimakade wayesethi kuMose: “Vuka ekuseni kakhulu uye kuFaro ngaphambi kokuba aye emfuleni, uthi kuye: ‘USimakade uthi: vumela abantu bami bahambe ukuze bayongikhonza.


UMose no-Aroni baya kuFaro benza njengalokhu uSimakade ebayalile; u-Aroni wayiphonsa phansi induku yakhe phambi kukaFaro nezikhulu zakhe, yaphenduka inyoka.


Kwase kwehla indodakazi kaFaro iyogeza emfuleni, abaphelezeli bayo bagudla osebeni lomfula; yayisibona ubhasikidi emhlangeni, yayisithumela umsizi wayo ukuyowulanda.


ukhulume uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: “ ‘ “Bheka, ngimelene nawe Faro, nkosi yaseGibhithe, silwanekazi sasolwandle, obuthisa emifuleni yakho, uthi: “ ‘ “Umfula ungowami, ngiwenze mina.”


USimakade wathi kuMose: “Inhliziyo kaFaro ilukhuni; uyenqaba ukuvumela abantu ukuba bahambe.


Akavumelanga muntu ukubacindezela, wajezisa amakhosi ngenxa yabo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite