Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 5:23 - IsiZulu 2020

23 Selokhu ngaya kuFaro ukuyokhuluma egameni lakho, ubaphatha kabi laba bantu, futhi awubakhululi abantu bakho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Selokhu ngafika kuFaro ukukhuluma egameni lakho, ubaphathe kabi laba bantu, nawe awubophulanga nakanci abantu bakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngokuba selokhu ngafika kuFaro ukukhuluma egameni lakho, ubaphathe kabi laba bantu; futhi awubasindisanga nhlobo abantu bakho.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 5:23
9 Referans Kwoze  

“Ngakho-ke usho kanje uSimakade kubantu base-Anathothi abazingela ukuphila kwakho, bethi: ‘Ungalokothi uphrofethe egameni likaSimakade, ukuze singakubulali ngezandla zethu.’


Ngakho-ke, ithi iNkosi uSimakade: “EZiyoni ngibeka itshe lesisekelo elivivinyekileyo, itshe legumbi eliyigugu elinqabileyo lesisekelo soqobo, owethembayo akayukuxhamazela.


Makabusiswe ozayo egameni likaSimakade, siyanibusisa sisendlini kaSimakade.


Ngize egameni likaBaba, kepha aningemukeli; kodwa uma kuza omunye ezizela egameni lakhe, lowo niyakumemukela.


Ngehlile ukuzobakhulula esandleni sabaseGibhithe, nokubakhuphula kuleli lizwe, ngibayise ezweni elihle nelibanzi, izwe elichichima ubisi noju, izwe lamaKhanani, amaHithi, ama-Amori, amaPherizi, amaHivi, namaJebusi.


USimakade wathi kuMose: “Manje uzokubona engizokwenza kuFaro. Uzobadedela bahambe, ngenxa yesandla esinamandla; ngesandla esinamandla uzobaxosha ezweni lakhe.”


ezazithi kuNkulunkulu: ‘Suka kithi; uSomandla angenzani na?’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite