Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 5:18 - IsiZulu 2020

18 Hambani manje niyosebenza, ngokuba anizukunikwa tshani, kodwa nisazokwenza inani elifanayo lezitini.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngalokho hambani nisebenze, ngokuba aniyikuphiwa tshani, kepha isilinganiso sezitini niyakusiqeda.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Hambani manje nisebenze; ngokuba aniyikunikwa tshani, nokho niyakusho inani lezitini.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 5:18
6 Referans Kwoze  

Uyise, ngokuba yena waba yiqola, waphanga nokuphanga umfowabo, wenza okungalungile phakathi kwabantu bakubo; uyakufa ngenxa yokona kwakhe.


Wathi: “Niyavilapha, yingakho nithi: ‘Sidedele sihambe siyokwenzela uSimakade umhlatshelo.’


Izinduna zabakwa-Israyeli zazibonela ukuthi zisengxakini engakanani lapho kuthiwa kuzo: “Aniyukulehlisa inani lezitini enilenza ngosuku.”


Ubaba wanethwesa ijoka elinzima, mina-ke ngizothasisela ejokeni lenu. Ubaba wanishaya ngeziswebhu, kodwa mina ngizonishaya ngofezela.’ ”


Ngabuye ngabona konke ukucindezela okwakwenziwa phansi komthunzi welanga. Bheka, izinyembezi zabacindezelwe bengenabani wokubaduduza! Uhlangothi lwabacindezeli lwalunamandla, kanti nalo lungenabani wokulududuza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite