Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 4:9 - IsiZulu 2020

9 Uma bengazikholwa zombili izibonakaliso noma bengakulaleli okushoyo, uyokukha amanzi eNayili, uwathele emhlabathini owomileyo, lawo manzi owakhe emfuleni ayophenduka igazi emhlabathini owomileyo.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuzakuthi-ke uma bengayikukholwa nayilezi zibonakaliso ezimbili, bengalaleli izwi lakho, uyakukha amanzi omfula, uwathele emhlabathini owomileyo; amanzi owakha emfuleni ayakuphenduka igazi emhlabathini owomileyo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uma nabo bengakholwa yilezi zibonakaliso ezimbili, bengalilaleli izwi lakho, uyakuthabatha amanzi omfula, uwathele emhlabathini owomileyo namanzi owamukileyo; lomfula uyakuba yigazi emhlabathini owomileyo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 4:9
5 Referans Kwoze  

UFaro wayeseyala bonke abantu bakhe wathi: “Bonke abafana abazozalwa ngamaHebheru kufanele baphonswe emfuleni, kodwa amantombazane niwayeke aphile.”


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho, nani niyakwahlulelwa ngakho, nangesilinganiso enilinganisa ngaso, nani niyakulinganiselwa ngaso.


“Uma bengakukholwa, noma bengasishayi mkhuba isibonakaliso sakho sokuqala, bayosikholwa esilandelayo.


Uthi-ke uSimakade: ngalokhu uzokwazi ukuthi nginguSimakade. Uyabona-ke, ngale nduku engiyiphethe ngesandla, ngiyoshaya amanzi omfula iNayili, ayophenduka igazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite