Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 4:10 - IsiZulu 2020

10 UMose wathi kuSimakade: “Nkosi, ngixolele, angikaze ngibe ngumuntu oyiciko lokukhuluma, kusukela kuqala kuze kube manje njengoba ukhuluma nenceku yakho, ngokuba nginamalimi, ulimi lwami lulukhuni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UMose wayesethi kuJehova: “Nkosi, angizange ngibe ngumuntu oyiqaphuqaphu, nakuqala namanje lapho usukhulumile encekwini yakho, ngokuba umlomo wami unzima, unamalimi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UMose wayesethi kuJehova: “Awu, Nkosi yami, angiyena umuntu okhulumayo, nangaphambili, nasemihleni yakho, kusukela lapho ukhuluma encekwini yakho; kodwa mina nginamazwi aphuzayo nolimi olunensayo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 4:10
11 Referans Kwoze  

Kepha ngathi: “Awu, Nkosi Simakade! Mina angikwazi ukukhuluma, ngokuba ngisengumfanyana nje.”


Kepha uMose waphendula uSimakade, wathi: “Abantu abazange bangilalele; uzongilalela kanjani uFaro nginezindebe ezingasokwanga kanje na?”


Noma ngakolunye uhlangothi ngiyibhimbi lokukhuluma, nokho angisilo ngolwazi; lokho sikubonakalisa kinina ngezindlela zonke nasezintweni zonke.


UMose wafundiswa konke ukuhlakanipha kwabaseGibhithe, waba namandla ngamazwi nangemisebenzi yakhe.


UMose waphendula wathi: “Kepha bheka, ngeke bangikholwe noma bangilalele, bayakuthi: ‘USimakade akabonakalanga kuwe.’ ”


Bathi izincwadi zakhe zinzima futhi zinamandla, kodwa uma esekhona ngokomzimba ubuthakathaka, futhi ukukhuluma kwakhe kudelelekile.


“Akuthandabuzwa ukuthi yini nodwa abantu, nokuhlakanipha kuyofa nani.


Kepha uMose wathi kuNkulunkulu: “Ngingubani mina ukuthi ngingaya kuFaro, ngikhulule abantu bakwa-Israyeli eGibhithe na?”


Kepha uMose wathi phambi kukaSimakade: “Njengoba nginezindebe ezingasokwanga nje, uzongizwa kanjani uFaro na?”


Nganikhuphula eGibhithe, nganihlenga endlini yezigqila, ngathumela uMose, u-Aroni noMiriyamu ukuba banihole.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite