Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 39:3 - IsiZulu 2020

3 Bacangcatha igolide laba ngamacwecwe, base bewasika aba yimidweshana bayelukela ensontweni eluhlaza okwesibhakabhaka, ebukhwebezane, ebomvu, naselinenini elicolekileyo, lokhu kwenziwa ngobuciko obukhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Balikhanda igolide laba ngongcwecwe, balisika izincingwana ukuba zalukwe nokuluhlaza nokububende nokubomvu, nelineni elicolekileyo, umsebenzi wengcweti.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Base beshaya izingcwecwe ezicashile zegolide, bazisika zaba izintambo, ukuze bazenze ngokububende, nangokububende, nangokubomvu, nangelineni elicolekileyo, umsebenzi wobuciko.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 39:3
6 Referans Kwoze  

Bonke ababeyizingcweti phakathi kwabo, bakha ithabanakeli ngamakhethini alishumi elineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo, nangokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, nangokubomvu, kwathi ngobugcweti obukhulu bawahlobisa ngamakherubhi.


“Uyokwenza ithabanakeli ngamakhethini alishumi enziwe ngelineni elicolekileyo lemicu ephothwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, nokubomvu. Ingcweti iwahlobise ngamakherubhi.


okuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, okubomvu, ilineni elicolekileyo, uboya bezimbuzi;


Benza ingubo yamahlombe ngegolide, ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangelineni lemicu ephothiweyo elicolekileyo.


Bayenzela iziziba zamahlombe ezihlanganisiweyo; bayixhuma emaceleni omabili.


Indodakazi yenkosi yinhle kakhulu ilapho phakathi; ingubo yayo ifekethiswe ngegolide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite