Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 37:6 - IsiZulu 2020

6 Wenza isihlalo somusa ngegolide elicolisekileyo; saba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, nekhubhithi nengxenye ububanzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wasenza isihlalo somusa ngegolide elicwengekileyo; ubude baso babuyizingalo ezimbili nenxenye, nobubanzi baso babuyingalo nenxenye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wenza isihlalo somusa ngegolide elicwengekileyo, ubude baso buyizingalo ezimbili nenxenye, nobubanzi baso buyingalo nenxenye.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 37:6
11 Referans Kwoze  

Phezu kwawo, kwakukhona amakherubhi enkazimulo engame isihlalo somusa, nokunye okungechazwe ngakunye njengamanje.


Yena uyinhlawulo ngenxa yezono zethu, kungezona nje ezethu kuphela, kodwa nangenxa yezezwe lonke.


owazinikela ngenxa yethu, ukuze asihlenge ebubini bonke, azihlambululele isizwe esingesakhe, esinokushisekela imisebenzi emihle.


Kepha lapho sesifikile isikhathi esimisiweyo, uNkulunkulu wathumela iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazane, izelwe phansi komthetho,


ammisileyo uNkulunkulu ukuba abe yinhlawulo ngokukholwa egazini lakhe, ukuze kubonakaliswe ukulunga kukaNkulunkulu, ngokuyekelwa kwezono ezazenziwe phambilini,


UDavide wanika uSolomoni umfanekiso wompheme, izindlu zethempeli, ingcebo yalo, amakamelo alo aphezulu nangaphakathi kwayo, indlu yesihlalo somusa,


ithende lokuhlangana, umphongolo wesivumelwano, isihlalo somusa esiphezu kwawo, nayo yonke impahla yethende,


wafaka izingongolo emasongweni ezinhlangothini zomphongolo, ukuze uthwalwe ngazo.


Wenza amakherubhi amabili ngegolide elicangcathiweyo; wawabeka ezinhlangothini zombili ekugcineni kwesihlalo somusa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite