Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 37:5 - IsiZulu 2020

5 wafaka izingongolo emasongweni ezinhlangothini zomphongolo, ukuze uthwalwe ngazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wazifaka izinti emasongweni asezinhlangothini zomphongolo ukuba umphongolo uthwalwe ngazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wazifaka izinti emasongweni ezinhlangothini zomphongolo wokuthwala umphongolo.

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 37:5
6 Referans Kwoze  

“Nxa u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukwemboza indawo engcwele nempahla yonke yendawo engcwele, lapho inkambu seyithutha, kuyakuza abozalo lukaKhohathi ukuzokuthwala, kodwa abayukuthinta lutho olungcwele ngokuba bayokufa. Lezi zinto zingumthwalo wabozalo lukaKhohathi ethendeni lokuhlangana.


Kunalokho uyakubabeka abaLevi bengamele ithabanakeli lobufakazi nayo yonke impahla yalo, bayakulithwala ithabanakeli nempahla yalo yonke, bakhonze kulo, bakhe amathende abo, balizungeze.


Wenza izingongolo ngokhuni lomkhambathi, wazicaka ngegolide,


Wenza isihlalo somusa ngegolide elicolisekileyo; saba ngamakhubhithi amabili nengxenye ubude, nekhubhithi nengxenye ububanzi.


Izingongolo zazizinde kangangokuthi izihloko zazo zazibonakala endaweni engcwele, phambi kwegumbi elingaphakathi, kodwa zazingabonakali ngaphandle; zisekhona lapho kuze kube yinamuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite