UEksodusi 36:7 - IsiZulu 20207 ngokuba lokho abase bekulethile kwakungaphezu kokwanele ukuqeda wonke umsebenzi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Okwase kwenziwe kwakwanele wonke umsebenzi obuyakwenziwa, futhi kwasala. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20247 Ngoba impahla ababenayo yayanele wonke umsebenzi wokuzenza, futhi yanele. Gade chapit la |
Ngalona lolo suku inkosi yangcwelisa ingaphakathi legceke elalingaphambi kwendlu kaSimakade, yanikela lapho ngomnikelo wokushiswa, ngomnikelo wempuphu, nangamanoni eminikelo yokuthula, lokhu i-althare lethusi elaliphambi kukaSimakade lalilincane ukuba liwamukele umnikelo wokushiswa, nomnikelo wempuphu, namanoni eminikelo yokuthula.