Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UEksodusi 35:4 - IsiZulu 2020

4 UMose wathi kuyo yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli: “Yilokhu uSimakade ayale ngakho, ethi:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UMose wakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Yile nto ayale ngayo uJehova, ethi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UMose wakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nanti izwi uJehova ayala ngalo ngokuthi:

Gade chapit la Kopi




UEksodusi 35:4
6 Referans Kwoze  

Aniyukuwubasa umlilo emakhaya enu ngosuku lwesabatha.”


thathani phakathi kwenu umnikelo ube ngokaSimakade, bonke abanenhliziyo ethandayo mabanikele kuSimakade: ngegolide, ngesiliva, ngethusi;


Ngaphezu kwalokho, ngimkhethile yena no-Oholiyabe, indodana ka-Ahisamakhi wesizwe sakwaDani, futhi ngibanike ubuchwepheshe bonke abanamakhono, ukuze benze konke engikuyale ukuba ukwenze:


Waphothulwa kanjalo-ke wonke umsebenzi wethabanakeli lethende lokuhlangana; abantu bakwa-Israyeli benza njengakho konke uSimakade ayemyale ngakho uMose.


Uyakufaka kulo umphongolo wesivumelwano, bese uwuhenqela umphongolo ngesihenqo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite