UEksodusi 34:15 - IsiZulu 202015 Awuyukwenza isivumelwano nabantu balelo lizwe. Kuyothi lapho bephinga nonkulunkulu babo, bebahlabela imihlatshelo, omunye kubo akumeme, bese udla umhlatshelo wakhe; Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 funa wenze isivumelwano nabakhileyo ezweni, baye baphinge nawonkulunkulu babo, bahlabele onkulunkulu babo, omunye akumeme, udle umhlatshelo wakhe, Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202415 Ukuze ungenzi isivumelwano nabakhileyo ezweni, kepha baphinge ngokulandela onkulunkulu babo, bahlabele onkulunkulu babo, kubizwe wena, udle umnikelo wakhe; Gade chapit la |
Wathi kuMose: “Bheka, ngenza isivumelwano phambi kwabo bonke abantu bakho. Ngiyokwenza izimangaliso phambi kwabo bonke abantu bakho, ezingakaze zenziwe emhlabeni wonke, naphakathi kwezizwe zonke. Bonke abantu enihlala phakathi kwabo bayokuwubona umsebenzi kaSimakade, ngokuba kuyinto eyesabekayo lokhu engizokwenza ngawe.